Share

Oshone engozini yemoto 'ubezimeteza' eshayela

Detroit - Umlisa waseDetroit oshone engozini yemoto ekuseni ngeSonto ubengagqokile ngezansi futhi ‘ubezimeteza’ ebukela i-video yocansi kumakhalekhukhwini wakhe, ngokusho kwamaphoyisa aqhuba uphenyo.

Imoto iphendule emgwaqeni onguthelawayeka ngezithuba zabo-03:40 ekuseni ngesikhathi umshayeli wayo, uClifford Ray Jones ephunyukwa yisiteringi semoto

Amaphoyisa aseMichigan athi uJones uphazamisekile ngesikhathi elibele ukubuka i-video, waphunyukwa yiziteringi, imoto yaphenduka emgwaqeni.

Funda nalolu daba: Video: Umfundi ephafuza ugwayi ebusweni bathisha

UJones, obengalifasile ibhande, imoto imchithele ngaphandle washonela khona lapho endaweni yesehlakalo, kubika iSmokingGun.

Uphenyo luveze ukuthi uJones,ubehamba yedwa ngemoto yohlobo lweToyota, engaligqokile ibhulukwe ngesikhathi sengozi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 577 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 822 votes
Vote
Rand - Dollar
18.88
+0.3%
Rand - Pound
23.87
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE