Share

Ubaba 'udubule wabulala' izingane zakhe ezine

Bangkok – Ithimba lamaphoyisa ligasele emzini oseningizimu yezwe laseThailand ngoMsombuluko ngemuva kokuba umnumzane wekhaya ‘edubule’ wabulala izingane zakhe ezine kulandela ingxabano abenayo nowayengunkosikazi wakhe.

Izehlakalo ezifuze lesi sezivamile kuleliya lizwe, kanti kuthiwa imbangela enkulo ukuthi izibhamu zitholakala kalula.

Funda nalolu daba: Ingane ,11, ilahlwe yicala lokubulala

Amaphoyisa athi umsolwa uzivalele endlini esesifundazweni saseTrang ngemuva kokubulala amadodana akhe amabili kanye namadodakazi amabili ngoMsombuluko ekuseni.

"Amaphoyisa kudingeke asebenzise iladi ukungena ekamereni akhiphe izidumbu. Kusho uCaptain Wittawat Paiboon kwabe-AFP, ophinde wathi lo mlisa obezivalele endlini, ubenezinkinga ebudlelwaneni bakhe nowayengunkosikazi wakhe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 575 votes
No! It's time to move on ...
34% - 299 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+0.0%
Rand - Pound
23.78
+0.1%
Rand - Euro
20.39
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.44
-0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
931.40
+0.6%
Palladium
994.00
+0.4%
Gold
2,334.95
+0.1%
Silver
27.51
+0.3%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
0.0%
All Share
74,329
0.0%
Resource 10
62,119
0.0%
Industrial 25
102,531
0.0%
Financial 15
15,802
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE