Share

Ugqeme indoda ekhanda kubangwa isitayela socansi

Florida - Owesifazane, uLuper, waseFlorida oneminyaka engu-45 ubudala uboshiwe ngoMgqibelo odlule ngemuva kokushaya owayengumyeni wakhe, uMichael Vaccaro.

Ngokusho kwamaphoyisa, uLuper noMichael Vaccaro -- ababeshade iminyaka engu-12 – bahambe ndawonye belibangise endaweni egcina impahla eBradenton.

Bafike bapaka imoto kule ndawo,  “ULuper wakhumula wasala nqunu, wabuza uVaccaro ukuthi uyafuna yini benze ucansi,” kubika amaphoyisa.

“UVaccaro uvumile, watshela uLuper ukuthi akalale phansi.”

Kodwa uLuper ubengafuni benze ucansi elele phansi, wabe esenqaba.

Funda nalolu daba: Kuvalwe amajele ngenxsa yokushoda kwezigebengu

“ Akucaci kahle ukuthi ubefuna benze siphi isitayela nokuthi njengoba uLuper nje enqabile ubenziswa siphi sona isitayela.”

Ngesikhathi sengxabano, uLuper kuthiwa ushaye uVaccaro, 51, ekhanda ngento eqinile.

Kuthe uma uVaccaro ezama ukukhipha ezinye zezinto zakhe emotweni, uLuper washaya wachitha nemoto, uVaccaro esagamanxile.

Amaphoyisa afike kweyesehlakalo uVaccaro egxiza igazi ekhanda elimele nasonyaweni, kubika iThe SmokingGun.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 852 votes
No! It's time to move on ...
33% - 419 votes
Vote
Rand - Dollar
18.87
+0.8%
Rand - Pound
23.61
+0.8%
Rand - Euro
20.23
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+1.5%
Platinum
924.20
-0.1%
Palladium
974.50
-1.6%
Gold
2,344.40
+0.5%
Silver
27.53
+0.4%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
69,144
+1.0%
All Share
75,101
+1.0%
Resource 10
62,776
+1.1%
Industrial 25
103,511
+1.0%
Financial 15
15,986
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE