Missing 13-year-old — Ingane elahlekile

SICELA ukufuniswa ingane elahlekile. Igama lakhe ngu Xolisile Zanele Gwala. Uhlala eNhlalakahle, ufunda uGrade 4 eTholinhlanhla.

Ubegqoke ibhulukwe le-jean. Ulahleke ngoLwesihlanu eye emasport epaki, mhlaka Agasti 24, 2018. Lomntwana wazalwa ngomhlaka April 12, 2005.

Ufunwa umama wakhe, uNompumelelo Gwala, inombolo yeselula u079 281 8574 noma u079 410 4541.

Noma ungabikela amaphoyisa.