Inkunzi yebhola kwi-EFA ngempelasonto

AKWAZIWA ukuthi iyozala nkomoni kumdlalo wabangani e-Edendale Football Association (EFA) azobegadulisana kulempelasonto.

Amaqembu ayacelwa ukuba aphelele emhlanganweni obalulekile ozokuba ezinkundleni zaseWadley ngeSonto ngomhlaka 2 September ngo-10 ekuseni.Niyacelwa ukuthi niphume ngobuningi benu.

Abafisa ukwazi kabanzi ngokujoyina le-Association for i-season entsha sicela bafike kulomhlangano noma baxhumane noSanele Vilakazi (0794794490)

Abafisa ukuba onondweba (referees) ngaphansi kwe-EFA bangaxhumana noSanele Vilakazi kumbe beze emhlanganweni ozoba ngoLwesihlanu ngo-5 ntambama enkundleni yebhola yase-Wadley.

Isiyonke imidlalo ye-Edendale Football Association ezodlalwa kulempelasonto imi kanjena:
NgoMgqibelo - Wadley

4 Aces vs Isqalo Sport Academy (09:00am)

OK Mata vs Benfica (10:05a,)

Amajitha vs Moja (11:10)

All Stars vs Dambuza (12:15pm)

Machibisa vs The Bears (13:20pm)

Central vs 7 Stars (14:25pm)

NgeSonto – Wadley Stadium

EFA Team Meeting (10:00am)

U15 League Matches (09:00am - 14:00pm)

Special XI v Vuthela (14:05pm)

Taylors v Moja Utd (14:4pm5)