•SICELA ukufuniswa ubaba ka-Asanda Ntombela ohlala eMblai Unit 15. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-K. Msomi enombolweni ethi: 033 392 8600.
•Sicela ukufuniswa ubaba kaThobani Ndlela ozalwa uThobile Ndlela ongasekho emhlabeni . Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNkk P. Zondi enombolweni ethi: 033 502 2160.
•Sicela ukufuniswa umama kaLetlotlo Koloko noDiteboho Koloko onguMampho Koloto waseMatatiele owayehlala KwaDambuza. Ubaba wengane uJames Cheletese. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMchunu enombolweni ethi: 033 392 8600.
•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Akhona Gcumisa ozalwa uNomusa Gcumisa ongasekho owayehlala KwaSwayimane Okhalweni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uKhwezi Njokwe enombolweni ethi: 033 502 2186.
•Sicela ukufuniswa abazali baSinenhlanhla Ngcobo ohlala eMgodini owashiywa nogogo wakhe uNgenzeni Ngcobo. Igama likamama wakhe uPhindile Ngcobo kanti ubaba yena akaziwa. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNgubane enombolweni ethi : 033 305 0083.
•Sicela ukufuniswa ubaba kaKwanele Gwala, Sphesihle Hlongwane, Sphelele Hlogwane abazalwa uGugu Gwaka ohlala eMgodini. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNgubane enombolweni ethi: 033 305 0083.
•Sicela ukufuniswa abazali baSiphesihle Dube. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNsele enombolweni ethi: 033 305 0083.
•Sicela ukufunsiwa abazali baThanduxolo Hlengwa ohlala kaGezubuso nogogo wakhe uBongiwe Hlengwa.
•Sicela ukufuniswa abazali baVukani Mtolo noFanelesibonge Mtolo. Igama likamama uNokuphiwa Mtolo obehlala eMzimkhulu. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNgubane enombolweni ethi: 033 305 0083.
I-SAVF icela ukufuniswa ubaba kaMzokhona Musawenkosi Ndwalane owazalwa ngomhla ka-29 November, 2005. Igama likababa wakhe alaziwa kanti umawakhe uThembani Gladys Ndwalane ongasekho. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMpho Thamae enombolweni ethi: 033 342-1229.
•Sicela ukufuniswa ubaba wengane kaLungelo Madondo ohlala embali Unit 14.Igama lengane uKhethelo Madondo. Igama lika baba alaziwa. Onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle Ngcobo enombolweni ethi: 033 392 8648.
•I -Child Welfare icela ukufuniswa ubaba kaNgcobo Nokwanda noNgcobo Nomfundo, abazalwa uGloria Ntombenhle Ngcobo ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa axhumane noNobuhle Madlala enombolweni ethi: 033 342 8971.
•I-Child Welfare icela ukufuniswa abazali bakaMtolo Lukhona, Umama wakhe onguNosipho Mbhele kanti ubaba wakhe ongaziwa. Onolwazi kucelwa axhumane noNobuhle Madlala enombolweni ethi: 033 342 8971.
•I-Child Welfare icela ukufuniswa abazali bakaOmuhle Nocanda, umama wakhe onguNtombikayise Xulu, ubaba wakhe uNkosikhona Nocanda. Onolwazi kucelwa axhumane noNobuhle Madlala enombolweni ethi: 033 342 8971.
•I -Child Welfare icela ukufuniswa ubaba kaPhakathi Ziyanda ozalwa uPhindile Gladys Mathobela ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa axhumane noNobuhle Madlala enombolweni ethi: 033 342 8971.
•Sicela ukufuniswa umama ka Asanda Magubane. Igama lakhe uNtombifikile Magubane. Sicela ukufuniswa nomama kaSinegugu Mzizi igama lakhe kungu Nomachule Mzizi. Igama likababa wezingane uNsikelelo Mpinga ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uLungile Mazibuko enombolweni ethi: 083 365 2539.