IZAZISO

•I-PIETERMARITZBURG Child and Family Welfare Society icela ukufuniswa uLucky Nxumalo ongubaba kaNoxolo Njilo. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-Farida Cajee enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa uSiyabonga Zondi ongubaba kaNtandoyenkosi Sfundo Njilo. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-Farida Cajee enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa uSifiso Zondo ongubaba kaSlindile Aphelele Njilo. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle u-Farida Cajee enombolweni ethi: 033 342 8971.

•I-Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Melokuhle Jange owazalwa zingu May 22, 2018.Umama uNonkululeko Jange, ubaba nguVusi Biyela.

•Sicela ukufuniswa abazali ba Alwande Mbhense owazalwa August 19, 2008 noSiyamthanda Akhona Mbhense owazalwa zingu May 13, 2011. Onolwazi kucelwa axhumane nosonhlalakahle uSobongile Gumede enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Sicela ukufuniswa umama nobaba ka Luyanda Banele Mbhense no Ayanda Thusi, umama akaziwa kanti ubaba u Sanele Ernest Thusi. Onolwazi kucelwa axhumane nosonhlalakahle uSobongile Gumede enombolweni ethi: 033 342 8971.

•I-Child and Family Welfare icela ukufuniswa ubaba kaNqobile Khanyile ozalwa uThandazile Khanyile ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa axhumane nosonhlalakahle uNobuhle Madlala enombolweni ethi: 033 342 8971.

•Child and Family Welfare is trying to locate the biological father of Jordan Saunders, her mother was Cherylynne Saunders.

Anyone with information can contact the social worker Nobuhle Madlala on 033 342 8971 or visit their offices at 224 Berg Street.