•Sicela ukufuniswa ubaba kaSyanda dastile igama lakhe kunguSanele Skhakhane owayehlala kaNoshezi. Umama wengane uZanale Destile ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uLinda enombolweni ethi : 033 505 0087/51.
•Sicela ukufuniswa ubaba ka-Aphiwe Mnc ube owazalwa mhlaka 1 March 2004 ezalwa uSindisiwe Mncube. Igama likababa wakhe wayaziwa ngoMuzi Gwala. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-J.S Ndebele enombolweni ethi : 033 392 8604.
•Sicela ukufuniswa abazali baNokwanda Kheswa owazalwa mhlaka 18 March 200. Onowlazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N.K Ndlela enombolweni ethi : 033 392 8604.
•Sicela ukufuniswa umama kaThandiswa Mncube owayehlal oThweba. Ubaba wakhe akasekho emhlabeni, Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNdwandwe enombolweni ethi : 031 785 1195.
•Sicela ukufuniswa umama kaNtuthuko Jali owayaziwa ngoDeli Mthembu. Ubaba wakhe wayehlala kaNonzila eMaqongqo kodwa akasekho emhlabeni.Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNdwandwe enombolwenie ethi : 031 785 1195.
•Sicela ukufuniswa ubaba kaZiyanda Mbokazi benoNomvula Mbokazi abahlala nogogo wabo uMathombi Mkhize kaNonzila eMaqongqo. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNdwandwe enombolwenie ethi : 031 785 1195.
•I Child and Family Welfare icela ukufuniswa abazali baka Tlholhonolosatso Ramokoena wazalwa zingu 09/03/2016. Umama wakhe u Pontso Mokoena, ubaba akaziwa. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle u Zama Mdunge kulenombolo 033 342 8971.
•Sicela ukufuniswa uZama Fayilani noZikhona Hlakanyana abangabazali baOlukho Hlakanyana. Ubaba usolakala ukuthi uhlala eHowick koSadewu.
Onolwazi sicela athintane noSonhlalakahle uN.K Hlela ku033 392 8604.
•I child Welfare icela ukufuniswa abazali baka Lukhona Mtolo, umama wakhe okungu Nosipho Mbhele. Onolwazi kucelwa athintane no Sozonhlalakahle u Nobuhle madlala
•I Child Welafare icela ukufuniswa ubaba ka Majola Minenhle Alexander, ozalwa u Majola Tholakele ongasekho emhlabeni.
Onolwazi kucelwa athintane no Sozonhlalakahle u Nobuhle Madlala kule nombolo 033 342 8971 noma azobika ema Hhofisi e 224 Berg Street
•I-SAVF Social Services icela ukufuniswa abazali baLindelwe Owami Zondi owazalwa mhlaka 22/03/2016.Igama likamama uThandeka Zondi owazalwa mhlaka 4 January 1986 kanti ubaba yena akaziwa.
Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uGugu Hlengwa enombolweni ethi : 033 342-1229 okanye eze ka-SAVF Social Services in Prince Alfred Street, Pietermaritzburg