IZAZISO

>> I Child and Family Welfare Society icela ukufuniswa uThulisile Mhlomhlo beno Mandla Mamane okungabazali baka Sabelo Mamane. Unolwazi kucelwa athintane noSonhlalakahle u Nduduzo Sithole ku 033 342 8971.

>> Sicela ukufuniswa ubaba kaThobeka Tsabane. Umama wakhe ukunguSbongile Tsabane owayehlala Embali Unit 15. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle Ntshele enombolweni ethi : 033 505 0083.

>> Sicela ukufuniswa abazali ba Mamelani Majola abangaziwa. Onolwazi athintane no T. Meyiwa ku 033 392 8600/7 kaMbilakhahlela.

>> Sicela ukufuniswa abazali bakaThandolwethu Hadebe. Umama wakhe u-Amanda Hadebe wase-Ashdown, ubaba wakhe uSihle Bhengu wakwaQanda. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-X.P Mahlobo enombolweni ethi : 033 505 0083/4/7.

>> Sicela ukufuniswa umama kaMfundo Shabalala onguZama Khanyile wakwaSwayimane ongaziwa ukuthi waya kuphi. Ubaba wengane uThobani Shabalala waseTamboville, Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N.K Dlamini emnombolweni ethi : 033 392 8619. Sicela ukufuniswa ubaba kaMelokuhle Lindelwa Mkhize ongaziwa. Umama wakhe uNokukhanya Rebecca Mkhize ongasekho waseMbali Unit 3. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uZama Mhlongo enombolweni ethi : 033 392 8605.

>> Sicela ukufuniswa umama kaMbali Khoza, uSamukelisiwe Khoza kanye noNomfundo Khoza. Igama likamama uZandile Ximba owayehlala eFaye, ubaba yena uKwenzakufani Khoza ongasekho emhlabeni . Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMs T.A NTuli enombolweni ethi : 033 502 0074/ 0333 503 3184.

>> Sicela ukufuniswa ubaba kaGwala Sfundo owayezawla uGwala Zandile owayehlala eFaye ongasekho emhlabeni .

>> Sicela ukufuniswa ubaba kaGwala Amanda noGwala Ayanda ababezalwa uGwala Dudu owayehlala eFaye ongasekho emhlabeni.

>> Sicela ukufuniswa u-Otto Zondi ongubaba kaThembisa Tamara owayezalwa uNgcobo Sindiswa owayehlala eFaye ongasekho emhlabeni.

>> Sicela ukufuniswa uZondi Harriet Lindiwe ongumama kaZondi Sabeli okukholakala ukuthi sewadlula emhlabeni owayezalwa uKhwela Mbongeni Patric owayehlala eFaye naye ongasekho emhlabeni.

>> Sicela ukufunsiwa ubaba kaMkhize Olwethi owazalwa mhlaka 15 August 2003, ohlala endaweni yakwaSwayimane eGqugquma. Umama wakhe uNelisiwe Mhize ongasekho emhlabeni kanti ubaba wakhe akaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uKhwezi Njokwe enombolweni ethu : 033 502 20074.