Share

Kumenywa umphakathi kowama-aerobics

IQEMBU labantu abasha lase-Mbali Unit J elaqala ama-aerobics enzelwa ehholo lakule ndawo njalo ntambama njengxenye yokukhuthaza ukuphila okunempilo, limema wonke amalunga omphakathi ezindaweni ezahlukene ukuba abe ingxenye yomcimbi wama-aerobics ozoba mhla zingama-25 kuNcwaba (August) ehholo laseMbali Unit J.

Ngokusho komunye ongumhleli walemicimbi uNks Vamisile Mkhize uthe kuzobe kungokokuqala beba nohlelo olufana nalolu kanti bajabule kakhulu.

“Kuzoba into ehlukile ngoba sizobe sifunda izindlela eziningi zokujima kuma-aerobics kanti futhi kuzothatha isikhathi esilinganiselwa kumahora amathathu kuya kwamane. Sizobe sizomuntu ozobe esiqeqesha obhekelele ama-aerobic vele ezweni lonke uMnuz Nkosinathi Mvelase . Lokhu kuzosiza kakhulu ikakhulukazi ngoba sisanda kuqala lolu hlelo lwethu.

“Simema wonke amalunga omphakathi ukuba afike azobe ingxenye yethu sifunde sijabule sonke. Lokhu kuzosisiza futhi ukuthio sikwazi ukufunda ngezindlela ezingakwazi ukusisiza ukuthi sizigcine siphile kahle ngaso sonke isikhathi,” kubeka yena.

UNks Mkhize uthe abantu abangakaze babe ingxenye yaloku kujima bavumelekile ukuthi bajoyine ngosuku lomcimbi ngemali engu-R10 umuntu ngamunye kanti nezibukeli nazo zivumelekile ukuzobuka ngo-R10 umuntu ngamunye.

Ngeminye imininingwane ungaxhumana noNks Vamisile Mkhize wenombolweni ethi : 063 522 6876.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
50% - 386 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
50% - 393 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
+0.2%
Rand - Pound
23.83
-0.5%
Rand - Euro
20.49
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.41
-0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
921.60
-1.0%
Palladium
1,031.00
+1.5%
Gold
2,331.41
+0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,029
+0.8%
All Share
73,979
+0.6%
Resource 10
59,843
-1.8%
Industrial 25
102,554
+1.5%
Financial 15
15,891
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE