ISITHOMBE: Kulimale kanzima abantu abane engozini yetekisi nemoto

Johannesburg - Basesimeni esibucayi abantu abane kulandela ingozi yetekisi nemoto eCenturion, eGoli.

Kulashwe abantu abangu-10 endaweni yesigameko ngaku-R114 namuhla ekuseni.

OLUNYE UDABA:Ubandakanyeke engozini usomahlaya nomndeni wakhe

Imininingwane yesigameko ayikacaci.

Ukuhamba kwezimoto kuphazamisekile.

 - Twitter:

 - EWN