eThekwini - Ibandla iGalile: Ithembalamazion elinamagatsha amathathu eThekwini, elilodwa eZingolweni, eNdwedwe, eGoli kanye naseNquthu lihlanganyele ndawonye endaweni yaseNquthu ukugubha impelasonto yePhasika.
Le nkonzo yePhasika ivulwe ngamazwi ayisikhombisa nabehamba kanjena
1. "Baba, bathethelele, ngoba kabakwazi abakwenzayo" Luk 23 v 34
2. "Lamhla uzakuba lami ePharadise" Luk 23 v 43
3. "Nanso iNdodana yakho; nango uNyoko" Jon. 19 v 26-27
4. "Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami, ungitshiyeleni na? Mark 15 v 34 Mat 27 v 4
5. "Ngomile!" Jon 19 v 28
6. "Kufeziwe!" Jon 19 v 30
7. "Baba, ezandleni zakho ngibeka umoya wami" Luk 23 v 46