Share

Seluqalile ukhetho lokuchibiyela ezifundazweni ezingu-6

Johannesburg – Seluqalile ukhetho lokuchibiyela ezifundazweni ezingu-6 ngoLwesithathu, lokhu kushiwo yinhlangano eyengamele ukhetho kuleli.

Lolu wukhetho lokuqala lokuchibiyela kusukela kwedlula ukhetho lohulumeni basekhaya obelungenyanga ka-Agasti.

Bangu-66 abantu abamele amaqembu angu-16 kanye nabantu ababili abangenele ukhetho ngokuzimela.

Iningi lamawadi abangwayo aKwaZulu Natali, iseNorthen Cape, ise-Eastern Cape kanye naseLimpopo.

Isizathu esibangele lolu khetho lokuchibiyela ukushona kwamakhansela abenqobe ukhetho emawadini.

OLUNYE UDABA: I-IFP isikulungeke ukunqoba ukhetho - Buthelezi

Amawadi angu-8 kwangu-9 ayenqotshwe amakhansela e-ANC, bese kuthi u-ward 2, kuMasipala waseKgatelopele,  eNorthen Cape, wona wawinwa yi-DA.

Umphumela wokhetho eKgatelopele ungase usize ekucaciseni ukuthi yiliphi iqembu elinesibalo esiningi kulo masipala.

Ukushona kwekhansela le-DA, uJohannes Baatjies, kwashiya lo masipala ungenalo iqembu elibusayo.

Ngakolunye uhlangothi, KwaZulu Natali ukhetho lokuchibiyela luzobanjelwa ku-ward 1 kuMasipala waseMziyabantu, u-ward 20 kuMasipala i-Alfred Duma kanye no-ward 6 kuMasipala waseNewcastle.

Abanqoba ukhetho kula mawadi badla umhlanganiso yize noma basebedlulie emhlabeni. 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 946 votes
No! It's time to move on ...
33% - 465 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE