Johannesburg - UMnyango wezaMandla usumemezele ukwehla kwamanani kaphethiloli kule nyanga (Febhuwari).
Abashayeli abasebenzisa uphethiloli bazoveza elomhlathi njengoba wona wehle ngo-30 cent kanti abadilizili bona bazojabulela ukwehla kwawo ngo-17 cent.
OLUNYE UDABA:Uzokwehla uphethiloli ekupheleni konyaka - Umbiko
Uphalafini wona wehle ngo-19 cent kanti igesi yona yehle ngo-23 cent ikhilo.
La manani azokwehla kusukela ngoLwesithathu.
- EWN